Zibaluleke ngani izinganekwane

izinganekwane zibaluleke ngokuthi zisisize ukuthi sigcine amasiko ethu emzansi africa kanye nasemhlabeni wonke.Izinganekwane zehlukahlukene futhi zonke ziyingqayizivele kithina njengomphakathi wabantu abamnyama abalithandayo isiko labo.Izinganekwane zehlukahlukene futhi zonke zisijabulisa ngokufana nangokulingana,izinganekwane zehlukene zaba zinhlanu:Inganeko;Inganeko wuhlobo oluthile lwenganekwane lenganekwane ikukhombisa ngokudaleka kwezinto emhlabeni.Isikhathi esiningi loluhlobo lwenganekwane luxoxa ngomvelinqangi okunguye umdali wakho konke okuphilayo emhlabeni nokungaphili.