Umqogelelo

ukuqogelelwa kweziqoshwa ezingokomlando

Umqogelelo kuwukuqongelelwa kweziqoshwa ezingokomlando – kunoma iyiphi insiza – noma isakhiwo lapho zibekwe khona.[1][2]

Amabhokisi weziqoshwa abekwe emathaleni omqogelelo

Imiqongelelo iqukatha imibhalo eyimithombo eyinhloko enqwabelene ngemuva kwesikhathi esithile sokuba khona komuntu noma inhlangano, futhi iyagcinwa ukuze iveze insebenzo yalowo muntu noma inhlangano.Template:Ifsubst Abaqogeleli abayizingcwepheshi nabosomlando ngokuvamile bayaqonda ukuthi imiqogelelo iyiziqoshwa ngokwemvelo nangokwesidingo eziphehlwe njengomkhiqizo wobuqhebeqhebe obuvamile bokomthetho, bezentengiselwano, bokulawula, noma babantu. Babuye bawuchasisa ngokomfanekiso ngokuthi "imitshokozo yesiphili", [3] futhi yehlukaniseka emibhalweni elotshwe noma yadalwa ngenhloso yokuqanguza umlayezo okhethekile kwabasazozalwa.

Imithombo