Inkohlisa

Inkohlisa iwukwaziswa okungamanga okusakazwa ngamabomu ukuze kukhohliswe abantu.[1][2][3] Inkohlisa iwubuqhebeqhebe obuhleliwe bobutha obenziwa kusetshenziswa ubunyolo beqhingasu namasu wokuxaphaza kwezinsizakuxhumana ukuze kuqomboliswe izimpokophelo zezombusazwe, ezempi noma ezentengiselwano. [4] Inkohlisa igunundwa ngohlaselo lwenkohlisa oluphendula amaqhibgasu obugwilikinci nokuzuza ulwazi kube yizikhali —kuhlanganisa amanga, amanga amhlophe, iQiniso, neqiniso elincane—ukuze kuxhashazwe futhi kuqongiswe izimpi zesikompilo kanye nezinye izingxabano ezimayelana nobuhlonzi."[5]

Imithombo