IBima
inhlwa yevanga enophawu Bi nenani lobuchwe elingama-83
IBima liyinhlwa yevanga enophawu u- Bi nenani lobuchwe elingama-83. Liyinkimbi yangemva koshintsho kanye nenye ye-pnictogens, enezakhi zesiqa ezifana nezelamani zayo isAsumu neSibidani eqenjini elincane le-15.. IBima eyinhlwa itholakala ngokwemvelo, futhi izimo zayo zeSibabuli nentuhla zakha amadwalambi abalulekile wokuhweba. Lenhlaka ekhululekile ingama-86 ekhulwini ogqinsi njengomthofu . Iyinkimbi ephukayo enombala omhlophe-sabucwebe uma isanda kukhiqizwa. Ukuthuhleka kobuso ngokuvamile kunika amasangulo alenkimbi umbala usabomvu.
🔥 Top keywords: IzinganekwaneSpecial:SearchIkhasi ElikhuluUNelson MandelaImfundoShakaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)UbuchwephesheZibaluleke ngani izinganekwaneWikipedia:Umnyango wamgwamandaSibusiso NyembeziIsidakamizwaCetshwayoGoodwill Zwelethini kaBhekuzuluIsakhiwoIsichazamazwiIzinyanga zonyaka ngesiZuluCyril RamaphosaMpandeITübingenDinganeAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaWikipediaCategory:Amakhosi akwaZuluDBZ NtuliAmaZuluNelson MandelaUcwaningoJama kaNdabaBenedict Wallet VilakaziImveloIzitayela zocansiYini inganekwaneSolomon kaDinizuluUniversity of TübingenIsifo seCoronavirus 2019Izibongo zenkosi uShakaDinizuluUkusoka